CineCapas germinales y formación de órganos |
Compre ahoraDe La biología del desarrollo prenatal |
Guión: Cishe ngo 2 1/2 amaviki, i-epiblast seyakhe 3 amathishu ayisipesheli, noma izingqimba zamagciwane, okuthiwa yi-ectoderm, endoderm, ne-mesoderm. I-ectoderm yakha izakhiwo eziningi kubandakanya ubucopho, umgogodla, imizwa, isikhumba, izinzipho, nezinwele. I-endoderm ikhiqiza untwentwesi lomgudu wokuphefumula nolomgudu wokugaywa kokudla, bese yenza izingxenye zezitho ezisemqoka njengesibindi namanyikwe. I-mesoderm yakha inhliziyo, izinso, amathambo, uqwanga, imisipha, amaseli egazi, nezinye izakhiwo. |
Todas las edades en referencia a la fecundación, no al último período menstrual.
|
< Anterior | Siguiente > |