CineHemisferios cerebrales |
Compre ahoraDe La biología del desarrollo prenatal |
Guión: 5 AMAVIKI Phakathi kuka 4 no 5 amaviki, ubuchopho buyaqhubeka nokukhula ngamandla bese buhlukaniseka izingxenye eziwu 5 ezicacile. Ikhanda licishe libe wu 1/3 wabo bonke ubukhulu bombungu. Kuvela ama- cerebral hemisheres, agcine eseyizingxenye ezinkulu kunazozonke zobuchopho. Imisebenzi egcina isilawulwa ngama-cerebral hemispheres ibala ukucabanga, ukufunda, inkumbulo, ukukhuluma, ukubona, ukuzwa, ukunyakaza kokuzithandela, nokuxazulula izinkinga. |
Todas las edades en referencia a la fecundación, no al último período menstrual.
|
< Anterior | Ver fotos instantáneas | Siguiente > |